iLukuluku

uNomasiko noSibusiso bahlaziya isayensi ukuze sazi kangcono ngomhlaba esiphila kuwo kanye nezindlela isayensi esebenza ngayo ukuthola ulwazi. Sikhuluma isayensi ngolimi lwethu - let's talk science in our language - iLukuluku with Nomasiko and Sibusiso.

A podcast by POC and SciBraai.
Occasionally English South Africa Science · Education
12 Episodes

The Moon

Inyanga ikhanyisa ubumnyama kwase busuku, iphinde ishintshe ngaso sonke isikhathi. Iyini inyanga futhi inam’thelela muni ezimpilweni zethu? Podcast description: What is  "dinosaur" in Zulu?! idayinaso or igonqonqo?  Sikhuluma isayensi ngolimi lwethu/let's talk science in our language: iLukuluku with Nomasiko and Sibusiso. A podcast by POC and SciBraai.See omnystudio.com/listener for privacy…
28 Jun 2022 34 min

Lightning

Ukuduma kwezulu nokushaya kom’bani kuyathusa, kuphinde kube ingozi. Ingabe yini le esuke yenzeka esibhakabhakeni edala lo msindo nokukhanya okukhulu? Podcast description: What is  "dinosaur" in Zulu?! idayinaso or igonqonqo?  Sikhuluma isayensi ngolimi lwethu/let's talk science in our language: iLukuluku with Nomasiko and Sibusiso. A podcast by POC and SciBraai.See omnystudio.com/listener…
28 Jun 2022 31 min

ADHD

Kuke kwenzeke ukuthi ukhohlwe izinto uma ufunda noma usebenza noma uphithizelelwe umqondo ngenxa yokucabanga izinto eziningi ngesikhathi esisodwa? Kungezeka ukuthi une-ADHD. Podcast description: What is  "dinosaur" in Zulu?! idayinaso or igonqonqo?  Sikhuluma isayensi ngolimi lwethu/let's talk science in our language: iLukuluku with Nomasiko and Sibusiso. A podcast by POC and…
28 Jun 2022 21 min

Time

Siyini isikhathi? Usuku, inyanga, unyaka; zonke izinto ezikala isikhathi eziphinda zichaze indilinga ephindaphindayo njengewashi.See omnystudio.com/listener for privacy information.
1 Apr 2022 15 min

Dreams

Amaphupho asifikela ebusuku silele bese sithola imiyalezo mayelana nezimpilo zethu. Isayensi ithi amaphupho asitshela indlela imiqondo yethu esebenza ngayo ukuze siwazi kahle umhlabaSee omnystudio.com/listener for privacy information.
1 Apr 2022 15 min

Sleep Paralysis

Kunabantu abathi bayacindezeleka ebusuku belele kube sengathi kukhona isilwane phezu kwabo. Isayensi inezimpendulo ngalento ethusayo nokuthi kuliwa kanjani nayo.See omnystudio.com/listener for privacy information.
1 Apr 2022 15 min

Climate Change

Ukuguquka kwesimo sezulu kuyinto ohulumeni bomhlaba abacabanga kabanzi ngakho. Yini ingozi eqhamuka nalokhu kuguquka?See omnystudio.com/listener for privacy information.
1 Apr 2022 18 min

The Immune System

Amasosha omzimba alwa namagciwane adala izifo ngaso sonke isikhathi, asebenza kanjani uma elwa ukuze siphile?See omnystudio.com/listener for privacy information.
1 Apr 2022 13 min

Evolution

Engabe abantu bavelaphi? Isayensi ithi imvelaphi yabantu ihambisana nemvelaphi yezilwane nakho konke okuphila emhlabeni. Kwaziwa kanjani lokhu?See omnystudio.com/listener for privacy information.
1 Apr 2022 16 min

The Big Bang

Izinkolo eziningi zinezindaba ezichaza ukusombuluka/ukuqala komhlaba. Ingabe ithini isayensi?See omnystudio.com/listener for privacy information.
1 Apr 2022 15 min

Periodic Table of Elements

Ibizwa ngani i-sulfur ngesiZulu?  UNomasiko noSibusiso bahlaziya ukuthi ingabe ayini ama-elements ngesiZulu.    See omnystudio.com/listener for privacy information.
1 Apr 2022 15 min

Dinosaurs

Yini i-dinosaur ngesiZulu? UNomasiko no Sibusiso bakhuluma ngesayensi nomlando wama-dinosaur nokuthi kuthintana kanjani nezinkukhu ukuze beqhamuke negama elisha. A podcast by POC and SciBraai.See omnystudio.com/listener for privacy information.
1 Apr 2022 12 min