
iShintsha iGiya Podcast
Series · Welcome to SimplyBiz®
Ukukhulisa ibhizinisi wuhambo, futhi ibhizinisi ngalinye lifinyelela endaweni lapho lidinga khona ukushintsha um’zila, ukucwengwa, noma ukukhula. Yilapho i-Shintsha iGiya ingena khona. Lolu chungechunge lwe-podcast olunezingxenye ezine lusiza ukuthi uhlole ukuthi umekuphi, ulungise isu lakho, futhi uthathe izinyathelo eziqinile eziya empumelelweni yebhizinisi. Itholakala ngesiNgisi, i-Afrikaans, isiZulu, nesiSotho. Isiqephu ngasinye siveza isinyathelo…